FAQ/zu: Difference between revisions
Content deleted Content added
Added language based on yearly refresh of Donor Support Pages |
Updated as per New English Version |
||
Line 5:
== Yini i-Wikipedia? ==
[https://www.wikipedia.org I-Wikipedia] wumtapo wolwazi otholakala ku-inthanethi. I-Wikipedia ibhalwa abahleli abangamavalontiya abavela emhlabeni wonke. Wumsebenzi wokubambisana owasungulwa ngo-2001: noma ubani angalungisa okuthile kuyo, noma nini. Abahleli bayabambisana ukubhala cishe nganoma yisiphi isihloko, kusukela emlandweni wasendulo kuya kwezesayensi kuya kwezobuciko. I-Wikipedia itholakala ngamakhulu ezilimi futhi inezihloko ezingaphezu kwezigidi ezingu-
== I-Wikipedia ihlala kanjani ithembekile futhi ingathathi hlangothi? ==
Line 40:
== Ixhaswa kanjani ngezimali i-Wikimedia Foundation? ==
Ngokuyinhloko i-Wikimedia Foundation ixhaswa ngeminikelo [https://donate.wikimedia.org/?uselang=zu&utm_medium=donatewiki_page&utm_campaign=donate_link&utm_source=FAQ
E-United States i-Wikimedia Foundation inelungelo lokungakhokhi intela le-501(c)(3). Iminikelo evela kwezinye izizwe nayo ingase isuswe intela (bheka ingxenye ethi [[{{LocalPage|Tax deductibility|zu}}|ukususwa kwentela]] ukuze uthole imininingwane eyengeziwe). Bheka ingxenye ethi [[{{LocalPage|Ways_to_Give|zu}}|Izindlela Zokunikela]] ukuze ubone izindlela zokunikela nge-credit noma nge-debit card, nge-PayPal, nge-Amazon nezinye izindlela eziningi. Uma kukhona imibuzo onayo, sicela usithinte ekhelini elithi [mailto:donate@wikimedia.org donate@wikimedia.org].<ref name="zd"/>.
Line 46:
== Kungani kufanele nginikele futhi iyaphi imali yami? ==
Kule minyaka engu-20 edlule, i-Wikipedia isibe umthombo othembekile wolwazi izigidi zabantu ezithembela kuwo nsuku zonke. Njengoba kubukwa amakhasi angaphezu kuka-6 700 njalo ngomzuzwana futhi kubhalwa okuthile okungaphezu kuka-
Ngokungafani nezinye izingosi eziphambili, i-Wikipedia ayixhaswa ngezimali zokukhangisa, futhi ayithembeli ekuthengiseni idatha emayelana nabasebenzisi ukuze ithole inzuzo. Esikhundleni salokho, i-Wikipedia isekelwa ngabafundi bayo - abantu abayithola inenzuzo i-Wikipedia futhi abafuna ukuqhubeka nokusekela impumelelo yayo, ngesilinganiso somnikelo owodwa ongaba ngu-$15 USD nesilinganiso somnikelo wanyanga zonke ongaba ngu-$4 USD. Le ndlela yokuthola izimali yenza ukuthi i-Wikipedia ikwazi ukuhlala ingathathi hlangothi, yethenjwa, futhi ingahwebi.
Nazi ezinye nje zezindlela esisebenzisa ngazo iminikelo ukugcina i-Wikipedia nolwazi lwamahhala kukhona:
Line 59:
== Izicelo ze-Wikipedia zezimali zizwakala ziphuthuma, naphezu kwezimali ezinkulu i-Wikimedia Foundation ezibeke eceleni. Kungani nidinga imali eyengeziwe? ==
Ukulondoloza imali ebonakalayo nokuba nenqubomgomo yemali esebenzayo kuthathwa [https://www.councilofnonprofits.org/tools-resources/operating-reserves-nonprofits njengomkhuba ongcono kakhulu] wezinhlangano zazo zonke izinhlobo. Ibhodi Labaqondisi Be-Wikimedia Foundation lisanda kuchaza [https://foundation.wikimedia.org/wiki/Resolution:Setting_Working_Capital_Reserve_Target inqubomgomo yethu yemali yokusebenza] eklanyelwe ukusekela umsebenzi wethu futhi inikeze ukusekelwa kwezinkampani esibambisene nazo namavolontiya uma kwenzeka kuba nezindleko ezingahleliwe, izimo eziphuthumayo, noma ukushoda kwemali engenayo. Kuphinde kusenze sikwazi ukuba nemali eyanele yokukhokhela izindleko zethu unyaka wonke.
== Ukunxephezela abasebenzi kuyingxenye yezindleko zethu zokusebenza. Ningachaza ukuthi lokhu kunqunywa kanjani? ==
Sekukonke kunabantu abangaphezu kuka-400 abasebenza ngezobunjiniyela nangomkhiqizo e-Wikimedia Foundation, abasingatha ubuchwepheshe bengqalasizinda yokubukwa kwamakhasi okungaphezu kuka-
Siyazi ukuthi amaholo ayahlukahluka emhlabeni wonke futhi siqasha ezimakethe ezinokuncintisana okuhle kakhulu. Ngesikhathi esifanayo, asenzi nzuzo. Ngaleso sizathu, senza umzamo wokungenzeleli, sivumelanise ukukhuphuka kwentengo nokungalingani kwemali engenayo, sibe sinikeza isinxephezelo esilinganayo kubo bonke.
Line 69:
== Nginganikela kanjani? ==
Kunezindlela eziningana onganikela ngazo e-Wikimedia Foundation ukuze usekele i-Wikipedia nolwazi lwamahhala. Abaningi basebenzisa noma iliphi kuma-credit noma kuma-debit card amakhulu (i-VISA, i-Mastercard, i-Discover noma i-American Express), basebenzisa i-PayPal, i-Google Pay, i-Apple Pay, i-
== Ithini inqubomgomo yenu mayelana nengasese lomnikeli? ==
Line 94:
== Kungani ngibona izikhangiso zokuqoqa imali ku-Wikipedia yize ngisanda kunikela? ==
Le webhusayithi ayikwazi ukufinyelela umlando wakho womnikelo wangaphambilini, ngakho-ke ngeshwa ngeke ibone ukuthi usuyisekelile kakade. Izikhangiso zokunikela ziklanywe ngendlela yokuthi zivele kubanikeli abaye bavulela ama-cookie ku-browser yabo, bese ziyacasha ngemva kokuthi sezibonakale izikhathi ezimbalwa noma ngemva kokunikela. Nokho, ukucasha kuya nge-cookie esilifaka ku-browser. Ukufihla isikhangiso ngeke kusebenze uma ucisha yonke into eku-cache, ucisha ama-cookie, noma ushintsha ama-browser noma amakhompyutha.
Ziningana izinto ongazenza ukuze ufihle izikhangiso zokuqoqa imali esikhathini esizayo:
* Uma uchofoza inkinobho ethi
* Uma ubuyela [https://thankyou.wikipedia.org/wiki/Thank_You/zu ekhasini elithi 'Thank You'] lokho kuzonikeza i-cookie ithuba lokuphinde lingene futhi. Uma i-Wikipedia uyifunda kuma device ahlukahlukene, sicela ungene kuleli khasi kuleyo naleyo device ukuze uvimbe izikhangiso.
* Ungakha ne-akhawunti e-Wikipedia – ngokuvamile izikhangiso aziveli kubasebenzisi abangena kuma-akhawunti e-Wikipedia ngemininingwane yokungena. Ulwazi olwengeziwe ngokwakha i-akhawunti lutholakala [https://en.wikipedia.org/wiki/Wikipedia:Why_create_an_account%3F lapha].
Line 127:
== Yini i-Wikimedia Endowment? ==
I-Wikimedia Endowment
== Yini i-Wikimedia Enterprise? ==
|