FAQ/zu: Difference between revisions

Content deleted Content added
Added language based on yearly refresh of Donor Support Pages
 
No edit summary
 
(One intermediate revision by one other user not shown)
Line 5:
== Yini i-Wikipedia? ==
 
[https://www.wikipedia.org I-Wikipedia] wumtapo wolwazi otholakala ku-inthanethi. I-Wikipedia ibhalwa abahleli abangamavalontiya abavela emhlabeni wonke. Wumsebenzi wokubambisana owasungulwa ngo-2001: noma ubani angalungisa okuthile kuyo, noma nini. Abahleli bayabambisana ukubhala cishe nganoma yisiphi isihloko, kusukela emlandweni wasendulo kuya kwezesayensi kuya kwezobuciko. I-Wikipedia itholakala ngamakhulu ezilimi futhi inezihloko ezingaphezu kwezigidi ezingu-4559. I-Wikipedia ayenzi-nzuzo nhlobo, izimele, futhi igcinwa isesimweni esifanele ngabantu abavamile abanjengawe. Awudingi imvume noma izimfanelo ezikhethekile ukufaka okuthile.
 
== I-Wikipedia ihlala kanjani ithembekile futhi ingathathi hlangothi? ==
Line 40:
== Ixhaswa kanjani ngezimali i-Wikimedia Foundation? ==
 
Ngokuyinhloko i-Wikimedia Foundation ixhaswa ngeminikelo [https://donate.wikimedia.org/?uselang=zu&utm_mediumwmf_medium=donatewiki_page&utm_campaignwmf_campaign=donate_link&utm_sourcewmf_source=FAQ ngeminikeloeyenziwa kanye noma yanyanga zonke] evela ezigidini zabantu emhlabeni wonke. Isilinganiso somnikelo nguowodwa u-$15 USD futhi isilinganiso somnikelo wanyanga zonke cishe singu-$4 USD, futhi siyabonga ngokuthi abantu abaningi kangaka bayalubona usizo lwe-Wikipedia futhi bafuna ukusiza ihlale ikhona. Sibuye sithole iminikelo evela emxhasweni naseziphweni zezinhlangano (sicela ubheke [https://wikimediafoundation.org/support/benefactors/ ikhasi labasekeli] bethu ukuze uthole ulwazi olwengeziwe). Ingxenye encane yemali engenayo nayo itholakala ngamasevisi enziwa nge-Wikimedia Enterprise ([[#Yini i-Wikimedia Enterprise?|ulwazi olwengeziwe]]).
 
E-United States i-Wikimedia Foundation inelungelo lokungakhokhi intela le-501(c)(3). Iminikelo evela kwezinye izizwe nayo ingase isuswe intela (bheka ingxenye ethi [[{{LocalPage|Tax deductibility|zu}}|ukususwa kwentela]] ukuze uthole imininingwane eyengeziwe). Bheka ingxenye ethi [[{{LocalPage|Ways_to_Give|zu}}|Izindlela Zokunikela]] ukuze ubone izindlela zokunikela nge-credit noma nge-debit card, nge-PayPal, nge-Amazon nezinye izindlela eziningi. Uma kukhona imibuzo onayo, sicela usithinte ekhelini elithi [mailto:donate@wikimedia.org donate@wikimedia.org].<ref name="zd"/>.
Line 46:
== Kungani kufanele nginikele futhi iyaphi imali yami? ==
 
Kule minyaka engu-20 edlule, i-Wikipedia isibe umthombo othembekile wolwazi izigidi zabantu ezithembela kuwo nsuku zonke. Njengoba kubukwa amakhasi angaphezu kuka-6 700 njalo ngomzuzwana futhi kubhalwa okuthile okungaphezu kuka-350345 ngomzuzu, i-Wikipedia ingenye yezingosi eziphambili ezingu-10 emhlabeni, futhi yiyo yodwa eyingosi enkulu eqhutshwa yinhlangano engenzi-nzuzo, i-Wikimedia Foundation.
 
Ngokungafani nezinye izingosi eziphambili, i-Wikipedia ayixhaswa ngezimali zokukhangisa, futhi ayithembeli ekuthengiseni idatha emayelana nabasebenzisi ukuze ithole inzuzo. Esikhundleni salokho, i-Wikipedia isekelwa ngabafundi bayo - abantu abayithola inenzuzo i-Wikipedia futhi abafuna ukuqhubeka nokusekela impumelelo yayo, ngesilinganiso somnikelo owodwa ongaba ngu-$15 USD nesilinganiso somnikelo wanyanga zonke ongaba ngu-$4 USD. Le ndlela yokuthola izimali yenza ukuthi i-Wikipedia ikwazi ukuhlala ingathathi hlangothi, yethenjwa, futhi ingahwebi.
 
Nazi ezinye nje zezindlela esisebenzisa ngazo iminikelo ukugcina i-Wikipedia nolwazi lwamahhala kukhona:
Line 59:
== Izicelo ze-Wikipedia zezimali zizwakala ziphuthuma, naphezu kwezimali ezinkulu i-Wikimedia Foundation ezibeke eceleni. Kungani nidinga imali eyengeziwe? ==
 
Ukulondoloza imali ebonakalayo nokuba nenqubomgomo yemali esebenzayo kuthathwa [https://www.councilofnonprofits.org/tools-resources/operating-reserves-nonprofits njengomkhuba ongcono kakhulu] wezinhlangano zazo zonke izinhlobo. Ibhodi Labaqondisi Be-Wikimedia Foundation lisanda kuchaza [https://foundation.wikimedia.org/wiki/Resolution:Setting_Working_Capital_Reserve_Target inqubomgomo yethu yemali yokusebenza] eklanyelwe ukusekela umsebenzi wethu futhi inikeze ukusekelwa kwezinkampani esibambisene nazo namavolontiya uma kwenzeka kuba nezindleko ezingahleliwe, izimo eziphuthumayo, noma ukushoda kwemali engenayo. Kuphinde kusenze sikwazi ukuba nemali eyanele yokukhokhela izindleko zethu unyaka wonke.
Sinenhlanhla ngokuba nezimali esizibeke eceleni. Lezi akuzona izimali esizisebenzisa ezintweni zosuku nosuku; zingafinyelelwa kuphela ezimweni ezingavamile, njengalapho kunesimo esibucayi sezomnotho. I-Wikipedia namaphrojekthi ayo kuwusizo olubaluleke kakhulu umhlaba owencika kulo nsuku zonke. Izimali zethu ezibekwe eceleni zihloselwe ukuqinisekisa ukuthi singahlala sisebenza ngisho noma kwenzeka okubi kakhulu. Isabelomali esisebenza ngaso kanye nohlelo lonyaka kwakhiwa ngenqubo evulekile, esobala, edinga imvume yamavolontiya e-Wikipedia neyeBhodi. Umphakathi uyakwazi ngaso sonke isikhathi ukubona imininingwane yesabelomali sethu kanye nohlelo lwethu ukuze kuhlolwe ngokwengeziwe.
 
== Ukunxephezela abasebenzi kuyingxenye yezindleko zethu zokusebenza. Ningachaza ukuthi lokhu kunqunywa kanjani? ==
 
Sekukonke kunabantu abangaphezu kuka-400 abasebenza ngezobunjiniyela nangomkhiqizo e-Wikimedia Foundation, abasingatha ubuchwepheshe bengqalasizinda yokubukwa kwamakhasi okungaphezu kuka-2016 billion nyanga zonke. Uma kuqhathaniswa nezingosi eziningi ezinkulu, senza okuningi ngokuncane. Ngaphezu kwalokho, abasebenzi abathi ababe ngu-100 basebenza ekusekeleni kwethu umphakathi nasekukhipheni imixhaso; ekwakheni ubudlelwano nezinhlangano zomhlaba wonke ukuze ulwazi lutholakale ngokukhululekile; benza nomsebenzi wezomthetho nowenqubomgomo osiza ekulweleni ukulungiswa kwamalungelo okukopisha, ukuvimbela ukucindezelwa kolwazi nokusekela ukukhuluma ngokukhululeka, nokuqinisekisa ukuthi izinqubomgomo zengasese nokulondeka kuwo wonke amazwe ziyabavikela abafundi bethu nabahleli bethu.
 
Siyazi ukuthi amaholo ayahlukahluka emhlabeni wonke futhi siqasha ezimakethe ezinokuncintisana okuhle kakhulu. Ngesikhathi esifanayo, asenzi nzuzo. Ngaleso sizathu, senza umzamo wokungenzeleli, sivumelanise ukukhuphuka kwentengo nokungalingani kwemali engenayo, sibe sinikeza isinxephezelo esilinganayo kubo bonke.
Line 69:
== Nginganikela kanjani? ==
 
Kunezindlela eziningana onganikela ngazo e-Wikimedia Foundation ukuze usekele i-Wikipedia nolwazi lwamahhala. Abaningi basebenzisa noma iliphi kuma-credit noma kuma-debit card amakhulu (i-VISA, i-Mastercard, i-Discover noma i-American Express), basebenzisa i-PayPal, i-Google Pay, i-Apple Pay, i-Amazon PayVenmo nangokuthumela ngebhange. Ukuze ubone ezinye izindlela zokunikela, kuhlanganise nesipho sanyanga zonke esizenzakalelayo, isheke noma i-oda lemali kanye nokudonsa emholweni, sicela uvakashele ikhasi lethu elithi [[{{LocalPage|Ways_to_Give|zu}}|Izindlela Zokunikela]]. Kwamukelwa izimali zamazwe amaningi.
 
== Ithini inqubomgomo yenu mayelana nengasese lomnikeli? ==
Line 94:
== Kungani ngibona izikhangiso zokuqoqa imali ku-Wikipedia yize ngisanda kunikela? ==
 
Le webhusayithi ayikwazi ukufinyelela umlando wakho womnikelo wangaphambilini, ngakho-ke ngeshwa ngeke ibone ukuthi usuyisekelile kakade. Izikhangiso zokunikela ziklanywe ngendlela yokuthi zivele kubanikeli abaye bavulela ama-cookie ku-browser yabo, bese ziyacasha ngemva kokuthi sezibonakale izikhathi ezimbalwa noma ngemva kokunikela. Nokho, ukucasha kuya nge-cookie esilifaka ku-browser. Ukufihla isikhangiso ngeke kusebenze uma ucisha yonke into eku-cache, ucisha ama-cookie, noma ushintsha ama-browser noma amakhompyutha.
 
Ziningana izinto ongazenza ukuze ufihle izikhangiso zokuqoqa imali esikhathini esizayo:
 
* Uma uchofoza inkinobho ethi X“Senginikelile kakade”, “X” noma ethi Close“Vala” kuso isikhangiso, sizocasha isontoiviki elilodwa. Ungachofoza nenkinobho ethi "Already Donated" kuso isikhangiso. Sicela uphawule ukuthi lesi senzo asisebenzi esikhangisweni sokuqala osibonayo, kodwa kuzo zonke ezilandelayo emva kwalokho.
* Uma ubuyela [https://thankyou.wikipedia.org/wiki/Thank_You/zu ekhasini elithi 'Thank You'] lokho kuzonikeza i-cookie ithuba lokuphinde lingene futhi. Uma i-Wikipedia uyifunda kuma device ahlukahlukene, sicela ungene kuleli khasi kuleyo naleyo device ukuze uvimbe izikhangiso.
* Ungakha ne-akhawunti e-Wikipedia – ngokuvamile izikhangiso aziveli kubasebenzisi abangena kuma-akhawunti e-Wikipedia ngemininingwane yokungena. Ulwazi olwengeziwe ngokwakha i-akhawunti lutholakala [https://en.wikipedia.org/wiki/Wikipedia:Why_create_an_account%3F lapha].
Line 127:
== Yini i-Wikimedia Endowment? ==
 
I-Wikimedia Endowment yakhiwa ngo-2016 ukuthi ibe isikhwamayisikhwama sokuvikela esihlala njalo esizongenisa imali yokweseka imisebenzi yamaprojekthi e-Wikimedia njalo njalo. IminikeloIyinhlangano efakwaye-501 (c) (3) esiza abantulayo enendlunkulu e-United States. Ngezikhathi zokuchuma, i-Wikimedia Endowment igcinwaizosebenza esikhwameninjengesisekelo esihlukilesokukhula besenokusungula iyatshalwaizinto ezintsha. Ngezikhathi ezinzima zezomnotho, i-Endowment izosiza ngezimali imisebenzi ebaluleke kakhulu egcina amaphrojekthi e-Wikimedia esebenza. Ngokusekelwe ezingxoxweni nabanikeli, izibonelelo ezivela ku-Endowment njengamanje zixhasa ukusungula izinto ezintsha zobuchwepheshe, ukuze ikhulei-Wikimedia Projects ihlale ihambelana nesikhathi soshintsho ngokuhambaolusheshayo kwesikhathilwezobuchwepheshe. Ungafunda okwengeziwe nge-Wikimedia Endowment kule ngosi '''[https://wikimediaendowment.org/ wikimediaendowment.org]'''.
 
== Yini i-Wikimedia Enterprise? ==