FAQ/zu: Difference between revisions

Content deleted Content added
Updated as per New English Version
No edit summary
 
Line 40:
== Ixhaswa kanjani ngezimali i-Wikimedia Foundation? ==
 
Ngokuyinhloko i-Wikimedia Foundation ixhaswa ngeminikelo [https://donate.wikimedia.org/?uselang=zu&utm_mediumwmf_medium=donatewiki_page&utm_campaignwmf_campaign=donate_link&utm_sourcewmf_source=FAQ eyenziwa kanye noma yanyanga zonke] evela ezigidini zabantu emhlabeni wonke. Isilinganiso somnikelo owodwa u-$15 USD futhi isilinganiso somnikelo wanyanga zonke cishe singu-$4 USD, futhi siyabonga ngokuthi abantu abaningi kangaka bayalubona usizo lwe-Wikipedia futhi bafuna ukusiza ihlale ikhona. Sibuye sithole iminikelo evela emxhasweni naseziphweni zezinhlangano (sicela ubheke [https://wikimediafoundation.org/support/benefactors/ ikhasi labasekeli] bethu ukuze uthole ulwazi olwengeziwe). Ingxenye encane yemali engenayo nayo itholakala ngamasevisi enziwa nge-Wikimedia Enterprise ([[#Yini i-Wikimedia Enterprise?|ulwazi olwengeziwe]]).
 
E-United States i-Wikimedia Foundation inelungelo lokungakhokhi intela le-501(c)(3). Iminikelo evela kwezinye izizwe nayo ingase isuswe intela (bheka ingxenye ethi [[{{LocalPage|Tax deductibility|zu}}|ukususwa kwentela]] ukuze uthole imininingwane eyengeziwe). Bheka ingxenye ethi [[{{LocalPage|Ways_to_Give|zu}}|Izindlela Zokunikela]] ukuze ubone izindlela zokunikela nge-credit noma nge-debit card, nge-PayPal, nge-Amazon nezinye izindlela eziningi. Uma kukhona imibuzo onayo, sicela usithinte ekhelini elithi [mailto:donate@wikimedia.org donate@wikimedia.org].<ref name="zd"/>.